Izintaba zaMatobo uxhaxha lwezintaba olutholakala endaweni ebuye ibizwe ngegama elifanayo okuthiwa kuseMatobo eNingizimu yezwe laseZimbabwe. Igama elithi ” amatobo” lisuselwa egameni elithi ” matombo” nokuyigama elichaza amatshe ngokwezilimi isiKhalanga, isiShona, isiVenda ... qhubeka ufunde »
1.*(INyanga abathe ifile uZulu! Kanti isiyethwese , yethwese ngoNyokana kaMpeyana) Lezibongo zikhuluma ngokusuka kwakhe kwaZulu ngemuva kwengxabano yakhe neLembe. UNyokana kaMpeyana lona okukhulunywa ngaye wayengowakwaZwane akhe endaweni okusekuthiwa manje kuseBaqulusini ngasoBivane. UMzilikazi wa... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaNtshembeni kusengabantu bakwaKhumalo . Ngakho-ke nabo bawela esigabeni saMaNtungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni . Babuye babe ngaMantungwa ngokobuzwe , bakanye nabo abakwaKhumalo , abakwaMabaso , abakwaNyawose , abakwaNyandeni kanye nabanye. UNtshembeni okwaqanjwa ngaye isibongo wayeyind... qhubeka ufunde »
UMfangilele kaMbhungwana kaNyakazamakhanda wakwaMashazi wayeyiNduna yomuzi weNkosi uMzilikazi owawubizwa ngokuthi kuseNdinaneni. Kusuke kushiwo wona umuzi waseNdinaneni ezithakazelweni zabakwaKhumalo uma kuthiwa “Nina waseNdinaneni”. Abantu bakwaMashazi basengabantu baseMantshalini, base... qhubeka ufunde »
UMkhaliphi woMkhwahla wayengowakwaKhumalo . Uyise kwakunguDlekezela Khumalo . UMkhwahla kwakungeminye yemizi yeSilo uMzilikazi uMzilikazi eyayakhe endaweni eyaziwa ngokuthi kuseMosega namuhla, eNorth West . UMkhaliphi wayeyiNduna yakhona eMkhwahla. Eminye imizi yeNkosi uMzilikazi eyayakhe eMosega kw... qhubeka ufunde »
Ngibingelele ngokuzithoba okukhulu nina baseMaNtungweni. Nina bakaLobhengula waMawaba aMawaba engawaseZinkondeni naseLangeni! Nina abeSibugudu silizulu ngokusibekela ngoba sisibekele amathala emikhonto kithi eMhlahlandlela . Nina bakaMzilikazi ka Mashobana iNdlodlela kaMazazela eyazihlaba zema ngomg... qhubeka ufunde »
UNdlunkulu uLozikheyi Dlodlo wayenguNdlunkulu weSilo sakwaBulawayo iSilo uLobhengula kaMzilikazi . Akucaci kahle ukuthi wayezalwe ngamuphi unyaka kodwa yena wakhothama ngowe 1919. Uyise kwakunguNgogo Dlodlo . UNdlunkulu uLozikheyi wayeyiwele nomfwabo uMuntuwani ka Ngogo Dlodlo . ULozikheyi nguyena o... qhubeka ufunde »
Ake sibheke amanye amadodana eNkosi uMzilikazi kaMashobana. Ayemaningi wona kodwa sizothinta nje ambadlwana. Iningi lamadodana eNkosi uMzilikazi abuthelwa ebuthweni laMahlokohloko iNduna yalo okwabe kunguMbambelele Mtshali . (UMANGWANA) UMangwana wayeyiSokanqangi leNkosi uMzilikazi . Wayezalwa intom... qhubeka ufunde »
Abantu bakwaMathema abatholakala ezweni laseZimbabwe basengabantu bakwaMkhwanazi . Iqhawe esilibona ligqama kakhulu kulengxenyana yesizwe saBaKhwanazi uSomhlolo ka Mahlikivana kaNomi . Kuthiwa laba bantu bakwaMathema isibongo sakwaMathema basithola ngesigameko thizeni ngenkathi besekanye nabanye aBa... qhubeka ufunde »