Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Umlando ngoLotshe noMbambelele Mtshali

Umlando ngoLotshe noMbambelele  Mtshali  Lezi izinsizwa zaseMantshalini ezazakhela amagama ngesikhathi sikaZwekufa(De Mfecane Wars) . OLotshe noMbambelele kwakungamadodana kaHlabangane kaKhondlo Mtshali ,sengathi nguLotshe owayemdala . Lezinsizwa zazigqishe noMzilikazi kaMashobana ngesikhathi sikaZwekufa . Zagqisha naye kusukela ekukhuleni kwakhe kwazise ugogo kaMzilikazi wayezalwa khona eMantshalini .Ngamanye amazwi oMbambelele noLotshe babezihlobo kwaKhumalo . Ngqphandle kukaLotshe noMbambelele elinye iqhawe laseMantshalini elazakhela igama endulo nguMbungwana kaNyakazamakhanda Mas... qhubeka ufunde »

Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu waseMangweni

Umlando ngoGundanekumitha kaNdlovu: UGundanekumitha kaNdlovu wayengelinye lamaqhawe eSilo uMzilikazi ,wayengowaseMangweni. Le nsizwa yaseMangweni yaba ngomunye wabantu abathunjwa ngenkathi impi yeSilo uMzilikazi ihlasela uNyokana kaMpeyana Zwane . Ukhokho wale nsizwa kwakunguNdiweni nokunguyena okwa... qhubeka ufunde »

Akuvumelekile ke lokho!