Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Umlando ngoMbiko kaMadlenya Masuku

Umlando ngoMbiko kaMadlenya Masuku UMbiko kaMadlenya wakwaMasuku wabe eyiqhawe leSilo sikaMthwakazi iSilo uMzilikazi kaMashobana Khumalo . ISilo uMzilikazi sasisuke kwaZulu zabheka enyakatho ngowe 1821 ngemuva kwengxabano neaLembe . Ngaleso sikhathi sasingakabi iSilo ,sasiseyingenye yezinduna zeSilo uShaka esigodlweni kwaBulawayo ,kwaZulu eShowe.  Uyise kaMbiko uMadlenya wayeyingxenye yebutho lamakhehla elaphikelela eNtabazwe liholwa uMzilikazi ,ethunywe iSilo uShaka ukuba ayohlasela abaSuthu bakaHanesi ababeyingxenye yaBatlokwa   bakaMma Ntantisi .  UMzilikazi wabanqoba la... qhubeka ufunde »

Akuvumelekile ke lokho!