Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Umlando ngesizwe saBathwakazi

Umlando ngesizwe saBathwakazi Isizwe saBathwakazi isizwe esitholakala eNingizimu yezwe laseZimbabwe. Lesi sizwe sabunjwa iqhawe lakwaKhumalo uMzilikazi indodana kaMashobana kaZikode kaMkhatshwa kaKhumalo. Isizwe saBathwakazi sixube izizwe ezinhlobonhlobo nesingabala kuzo abaTswana , abaVenda, abeSwazi, amaNdebele akwaMabhoko eNdubazi, amaXhosa , abaSuthu, abaPedi bakaThulare,abaPedi , abawuhlobo lwabaBirwa , abaNyayi, abaKhalanga,nezinye izizwe ezihlukahlukene.  Lesi sizwe saBathwakazi sinabantu ababalelwa ko 8 million kanti ubukhulu  bezwe bona bungama 48 000 000 acres.  Leli z... qhubeka ufunde »

Umlando ngoMntwana(Prince) uNkulumana kaMzilikazi Khumalo.

Umlando ngoMntwana (Prince) uNkulumana kaMzilikazi  UMntwana uNkulumana Khumalo (iHlokohloko) wayeyinkosana yeSilo sikaMthwakazi iSilo uMzilikazi kaMashobana Khumalo uMthwakazi yisizwe esahlanganiswa iSilo uMzilikazi ngesikhathi sezimpi zoMfecane . Lesi sizwe sisekhona nanamuhla ,sitholakala en... qhubeka ufunde »

Akuvumelekile ke lokho!