Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Izithakazelo nomlando wakwaKhumalo

Abantu bakwaKhumalo bangaMantungwa Nguni ngokwezigaba zabaNguni , babuye babe ngaMantungwa kaMbulazzi ngokobuzwe . Lesi sibongo sakwaKhumalo siyindlu encane yaMantungwa kaMbulazi , indlunkulu eyakwaMabaso . U-Mntungwa indodana kaMbulazi wabe enamadodana amabili ,u-Mabaso kanye nomnawakhe u-Khumalo . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongo  sakwaKhumalo nguye u-Khumalo owayeluqhamukise enhla nezwe ekanye nomnewabo u-Mabaso .Laba bantu bakwaKhumalo bafika bazinza endaweni yaseBabanango kuhambe njalo kuze kuyofika eNondweni . U-Khumalo wazala u-Mkhatshwa , u-Langa kanye noYengwayo ongukho... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaMabaso

Izithakazelo nomlando wakwaMabaso Abantu bakwaMabaso  bakwaMabaso bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni , babuye babe ngabeNtungwa ngokobuzwe ngesizathu sokuthi ukhokho wabo enguMntungwa kaMbulazi .U-Mntungwa wayenamadodana amabili , u-Mabaso owabe eyindlalifa kanye nomnawakhe u-Khumalo o... qhubeka ufunde »

Izithakazelo nomlando wakwaShembe

Abantu bakwaShembe baphuma kusibongo sakwaKhumalo , ngakho-ke nabo bangabeNtungwa Nguni ngokwezigaba zabeNguni njengabo abakwaKhumalo . Umuntu esiqala ukuzwa ngaye kulesi sibongo sakwaShembe nguSokhabuzela kaNyathikazi owazala uMzazela owazala uNhliziyo owazala u-Mayekisa owazala inkosi u-SHEMBE [u-... qhubeka ufunde »

I-Nkosi u-Mzilikazi kaMashobana

U-Mzilikazi Khumalo UMzilikazi kaMashobana Khumalo  UMzilikazi Khumalo wayeyindondana kaMashobana owayebusa aMantungwa ayakhe ngaphezu komfula uMkhuze. Umuzi wenkosi uMashonana wawaziwa ngokuthi kuseNdinaneni. UMzilikazi wayezalwa yindodakazi yenkosi uZwide kaLanga ogama layo kunguNompethu. UNo... qhubeka ufunde »

Akuvumelekile ke lokho!