Kithi eNdinaneni
Umlando ngemvelaphi yamaNtungwa

 

Ukuchazwa kwezibongo zeNkosi uMzilikazi kaMashobana

1.*(INyanga abathe ifile uZulu! Kanti isiyethwese , yethwese ngoNyokana kaMpeyana) Lezibongo zikhuluma ngokusuka kwakhe kwaZulu ngemuva kwengxabano yakhe neLembe.  UNyokana kaMpeyana lona okukhulunywa ngaye wayengowakwaZwane akhe endaweni okusekuthiwa manje kuseBaqulusini ngasoBivane. UMzilikazi wathi uma esuka kwaZulu wasingisa amabombo eBaqulusini , kuleya ndawo wafike wacela indawo yokugoba izinkophe kuNyokana kaMpeyana wakwaZwane . UNyokana wayejutshwe yiLembe ukuba abe yiNduna yaseBaqulusini ngemuva kokwehlulwa kweNkosi uNtshosho kaMangethe yakwaZwane yehlulwa yilona iLembe.  UNyokana w... qhubeka ufunde »

error: Content is protected !!